Survivor - Sdudla текст песни

Текст песни Sdudla - Survivor



Kanti why, sthandwa sami
Ungithinta kuphela masek'phela inyanga?
Kanti why, ma love
Ungikhumbula kuphela masufun' imali?
Kanti why, sthandwa sami
Ungithinta kuphela masek'phela inyanga?
Kanti why, ma love
Ungikhumbula kuphela masufun' imali?
No mama wam', bekangkhuza ngawe
Naba ngani bami, bebangkhuza ngawe
Nempinsthi zami, bezingkhuza ngawe
Lo baby unjani, umunt' onjani
Lo baby unjani, umunt' onjani
Mawbona mina, sowbon' imali
Mawbona mina, sowbon' inyuku
Mawbona mina, sowbon' imali
Kanti why, sthandwa sami (awung' nakekeli)
Ungithinta kuphela masek'phela inyanga (uthi ngenze njani?)
Kanti why, ma love (awung' nakekeli)
Ungikhumbula kuphela masufun' imali (uthi ngenze njani?)
Kanti why, sthandwa sami
Ungithinta kuphela masek'phela inyanga (ukhala njalo)
Kanti why, ma love
Ungikhumbula kuphela masufun' imali (ukhala njalo)
Mawungang bhejeli, uthi ngigeze ngani?
Mawungang bhejeli, impahla ngithenge ngani?
Mawungang bhejeli, ngenze inwele ngani?
Ngiyothol' indoda, ezong bhekekela
Ngiyothola indoda, ezong' phatha kahle
Awungnakeleli, uthi ngenze njani?
Mawngang' bheleli, uthi kubhela bani?
Into yaziyo, ukukhala njalo
Kanti why, sthandwa sami (awung' nakekeli)
Ungithinta kuphela masek'phela inyanga (uthi ngenze njani?)
Kanti why, ma love (awung' nakekeli)
Ungikhumbula kuphela masufun' imali (uthi ngenze njani?)
Kanti why, sthandwa sami
Ungithinta kuphela masek'phela inyanga (ukhala njalo)
Kanti why, ma love
Ungikhumbula kuphela masufun' imali (ukhala njalo)
Kanti why, sthandwa sami (awung' nakekeli)
Ungithinta kuphela masek'phela inyanga (uthi ngenze njani?)
Kanti why, ma love (awung' nakekeli)
Ungikhumbula kuphela masufun' imali (uthi ngenze njani?)
Kanti why, sthandwa sami
Ungithinta kuphela masek'phela inyanga (ukhala njalo)
Kanti why, my love
Ungikhumbula kuphela masufun' imali (ukhala njalo)
Awung' nakekeli
Uthi ngenze njani?
Awung' nakekeli
Uthi ngenze njani?
Ukhala njalo
Ukhala njalo




Survivor - Story
Альбом Story
дата релиза
15-07-2009




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.