Thinah Zungu - Lapho Esho Khona текст песни

Текст песни Lapho Esho Khona - Thinah Zungu



Moses hamba uyegibhithe
Uyokhipha abantu bami
Ngithi hambo bakhipha
Ebugqilini buka Faro
Nkosi yami uyazi nginamalimi
Angikwazi ukubeka indaba
Kahle kodwa mawusho njalo
Ngizohamba kanye nawe
Lapho esho khona ngokuya
Ngizothemba ukusho kwakhe
Noma kwehlela nomakwenyuka
Ngizokwenz' ukusho kwakhe
Baba ngiyazi awulahlani wena
Wahamba no israel ngiyazi awulahlani
Wena uyithamba lasemandulo
No Daniel babethemba wena
ODavide babekhuleka kuwena
Awuzange ubalahle endleleni izwi
Lakho alijiki



Авторы: Fisani


Thinah Zungu - Nginguthandiwe
Альбом Nginguthandiwe
дата релиза
16-03-2014




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.