Thinah Zungu - Umusa текст песни

Текст песни Umusa - Thinah Zungu



Kwanqab' umusa
Nibona ngiphila nje
UThixo akavumanga
Nempilo yami
Kwanqab' umusa
Nibona ngiphila nje
UThixo akavumanga
Nempilo yami
Wathi cha
Ngeke ngivume
Unyawo lwakho lushelele
UThixo akavumanga
Nempilo yami
Wathi cha
Ngeke ngivume
Unyawo lwakho lushelele
UThixo akavumanga
Nempilo yami
Kwakumele ngihlushwe
Ukuze ngaz'imiso zakho
Impela njengo Jakobe
Kwakumele ngilingwe
Kodwa ngoba mina ngazi
'Kuthi wena uyisiphephelo sami
Impela nguwe owanqaba
Nempilo yami
Kwakumele (Kwanqab' umusa)
Impela, ngihambe baba (Nibona ngiphila nje)
Wanqaba baba, wena baba (UThixo akavumanga)
Nempilo yami (Nempilo yami)
Wathi lapho ngizingelwa (Kwanqab' umusa)
Wena wanqaba baba, wena baba (Nibona ngiphila nje)
Ngiyaphila namuhla, nguwena (UThixo akavumanga)
Nguwena baba, baba (Nempilo yami)
Lapho zingilahl'izihlobo (Wathi cha)
Wam' ekhoneni (Ngeke ngivume)
Wath ngeke ngeke! Ngeke ngeke! (Unyawo lwakho lushelele)
Wena Jesu (UThixo akavumanga)
Nempilo yami (Nempilo yami)
Bengihlek' abangani bami (Wathi cha)
Wanqaba nami baba (Ngeke ngivume)
Wanqaba nami Jesu (Unyawo lwakho lushelele)
Halleluja Baba (UThixo akavumanga)
Ngempilo yami (Nempilo yami)
"Nempilo yam... ahuweeee yam yam haee
Iweee hae hae hae hae"
(Kwanqaaaaabaaa) Kwanqab' umusa
(Yeheeee ye hiyeeee) Nibona ngiphila nje
(U wena baba wenaaaa yeye yayayah babababa) UThixo akavumanga
Nempilo yami
Wathi cha
Ngeke ngivume
Unyawo lwakho lushelele
UThixo akavumanga
Nempilo yami
Wathi cha
Ngeke ngivume
Unyawo lwakho lushelele
UThixo akavumanga
Nempilo yami
Wathi cha
Ngeke ngivume
Unyawo lwakho lushelele
UThixo akavumanga
Nempilo yami
Wathi cha
Ngeke ngivume
Unyawo lwakho lushelele
UThixo akavumanga
Nempilo yami



Авторы: Joe Gcabashe


Thinah Zungu - Nginguthandiwe
Альбом Nginguthandiwe
дата релиза
16-03-2014




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.