Miriam Makeba - Kwazulu (In The Land Of The Zulus) Lyrics

Lyrics Kwazulu (In The Land Of The Zulus) - Miriam Makeba

Ngeke ngiye kwaZulu kwafel'ubaba
(Ngeke ngiye kwaZulu kwafel'ubaba nomama)

Eh mama ntomb'igeza ngovuma kukhal'insizwa yeheni
(Ntomb'igeza ngovuma kukhal'insizwa yeheni)
Bath'intomb'igeza ngovuma kukhal'insizwa yeheni

Bathi ngeke ngiye kwaZulu kwafel'ubaba
(Weh babe noma kwafel'ubaba nomama)
Bathi ngeke ngiye kwaZulu kwafel'ubaba
(Weh babe noma kwafel'ubaba nomama)
Eh mama ntomb'igeza ngovuma kul'khal'insizwa yeheni
(Ntomb'igeza ngovuma kul'khal'insizwa yeheni)
Bath'intomb'igeza ngovuma kul'khal'insizwa yeheni
(Ntomb'igeza ngovuma kul'khal'insizwa yeheni)
'Bangiqomi kwaZulu babo abangiqom'emaBhaceni
'Bangiqomi kwaZulu babo abangiqom'emaBhaceni (abangiqomi)

Umkhonto kaShaka bathi (washis'umuzi kaBaba)
Umkhonto kaShaka (washis'umuzi kaBaba)
Umkhonto kaShaka bathi (washis'umuzi kaBaba)
Umkhonto kaShaka (washis'umuzi kaBaba)
'Bangiqomi kwaZulu babo abangiqom'emaBhaceni (abangiqomi)
'Bangiqomi kwaZulu babo abangiqom'emaBhaceni (abangiqomi)
'Bangiqomi kwaZulu babo abangiqom'emaBhaceni (abangiqomi)
'Bangiqomi kwaZulu babo abangiqom'emaBhaceni (abangiqomi)
Bathi ngeke ngiye kwaZulu kwafel'ubaba
(Ngeke ngiye kwaZulu kwafel'ubaba nomama)
Bathi ngeke ngiye kwaZulu bo kwafel'ubaba
(Ngeke ngiye kwaZulu kwafel'ubaba nomama)
Eh mama ntomb'igeza ngovuma kukhal'insizwa yeheni
(Ntomb'igeza ngovuma kukhal'insizwa yeheni)
Bath'intomb'igeza ngovuma kukhal'insizwa yeheni
(Ntomb'igeza ngovuma kukhal'insizwa yeheni)
Bathi nsizwa eh heh hmmm

Writer(s): Makeba Zenzile Miriam

Miriam Makeba - Africa
Album Africa

Attention! Feel free to leave feedback.