Neyi Zimu - uJesu Unamandla - Live Lyrics

Lyrics uJesu Unamandla - Live - Neyi Zimu



Kunezimo ezimb′ emhlabeni okuthi umangabe
Zisizungeza siphelwe amandla, singaz' ukuthi sokwenzenjan.
Lith′ ibible kunendoda eyahlaselwa amabutho
Angaphezu kwamabutho wayo, lendoda yakhuleka kuNkulunkulu
Yabuz' uNkulunkulu ukuthi mangenzenjani,
UNkulunkulu wathumela umprofethi wathi kulendoda ungasabi
Beka abacululi,
Thath' abaLevi ubabeke phambili, lendoda igama layo uJewoshafathi.
Lith′ ibible watshela amaqhawe webutho ukuthi cha!
Angeke nikwaz ukuyinqoba lempi,
Uth′ uNkulunkulu lempi akuyon'
Eyethu, kodwa uth′ uNkulunkulu impi yakhe
Wase 'thi uNkulunkulu hambisa aboNeyi
Phambili, ngizokulwelwa lempi, ath′ uJoweshafathi
Jesu unamandla uyangilwel' ezimpini
(Waphakamis′ isandla uJoweshofathi wath' uJesu)
Jesu 'namandla (uyangilwel ezimpini) uyangilwel′ ezimpini
(Ngisho noma amabutho wesitha engaphezu kwakho hlal′ ethembeni)
Jesu unamandla uyangilwel' ezimpini
(Waqhubeka uJewoshafathi wayolwa impi,
Wayilwa ngeculo uNkulunkulu wamenzela izimanga)
Jesu unamandla uyangilwel ezimpini
Abakwa Israeli abahlalanga ngokuthula eJerusalema,
Lithi ibible kwakukhona izitha ezazihlala njalo zibalwisa
Kwathi ngelinye ilanga uNkulunkulu wathumela ingelosi,
Yahambel insizwa, yathol insizwa iyfihlile,
Insizwa izama ukugcina ukuncanyan obok′sele
Yath ingelosi ngiyakibingelela qhawe lempi, i salute you man of Valour
Wath uGideon ubona'ni akunaqhawe laa kimi
Yath ingelosi uyiqhawe ngob uNkulunkulu uth uyiqhawe
Yath ingelosi hamba Gideon ngamandla onawo
Ungaboleki izinto Gideon hamba ngalamndla onawo
Ngifun ukuth namhlanje ucule njengoGideon
Uth uJesu unamandla
Jesu unamandla uyangilwel ezimpini
(Wathatha amabutho iGideon washona nawo,
Wath uJehova Gideon labantu baningi angeke ngikwaz ukusebenza
Ngabant abaning ngoba kwesiny
Iskhath uNkulunkulu ufuna wena uhambe wedwa.
UNkulunkulu uyayivumela imedical
Aid iphele ngob efuna wena uhambe wedwa
Wath uNkulunkulu kuGideon,
Gideon hamba nabo emanzini. Ngisafun ukukheth abantu.
Lith ubible washon uMoses, indoda eyayikwaz ukuvul ulwandle,
Indoda eyayikwaz ukuleth ukudla kuphume ezulwini,
Indoda eyayikhomba amatshe aphume amanzi,
Indoda eyayikwaz ukuphakamisa inyoka abantu bephile, yashona!
Lith ibible uNkulunkulu wavakashel eny insizwa ogama layo linguJoshua
Wath uNkulunkulu kuJoshua, Joshua!
UMoses akasekh′ inceku yami kodwa kusele
Wena, uwena ozothatha labantu ubadlulise
Ngoba kwesiny iskhath abant esibathembayo
UNkulunkulu uyabasusa ukuze kusale mina nawe
KunaboJoshua namhlanje ukufanele bathath amafamilies wabo,
Bathath amacompanies wabo,
Bathath amasonto wabo, bathath imindeni yayo bayeqisele ngalena
Ngoba hhe! UJesu unamandla
I want you to lift your voice uth Jesu unamandla!
Jesu unamandla uyangilwel ezimpini
Jesu unamadla uyangilwel ezimpini
Jesu unamandla uyangilwel ezimpini
Jesu unamandla uyangilwel ezimpini
(Lift your voice and say)
Jesu unamandla!
Jesu unamandla uyangilwel ezimpini
Jesu unamandla uyangilwel ezimpini
Jesu unamandla uyangilwel ezimpini
Jesu unamandla uyangilwel ezimpini
Jesu unamandla uyangilwel ezimpini
(Jesu unamandla uyangilwel ezimpini) X 10



Writer(s): Neyi Zimu


Neyi Zimu - Another Level of Worship (Live)
Album Another Level of Worship (Live)
date of release
09-03-2018




Attention! Feel free to leave feedback.