Phuzekhemisi - Kahle Sbali Lyrics

Lyrics Kahle Sbali - Phuzekhemisi

Aw wesibali yini loyenzayo?
Aw wesibali yini loyenzayo?
Weh mkhonyane ka sisi, weh mkhonyane ka dade wethu
Weh mkhonyane ka sisi ujola kanjani phambi kwamehl' ami?
Weh mkhonyane ka sisi
(Ungajola kanjani phambi kwamehl' ami? Kahle sibali)

(Umkhonyane kasisi weh sibali kahle sibali)
Ah wesibali! Yini loyenzayo? (Umkhonyane kasisi weh sibali kahle sibali)

Weh sibali ujola kanjani?
(Ungajola kanjani phambi kwamehl' ami? Kahle sibali)
Weh sibali ujola kanjani?
(Ungajola kanjani phambi kwamehl' ami? Kahle sibali)
Weh sibali ujola kanjani?
(Ungajola kanjani phambi kwamehl' ami? Kahle sibali)
Njengoba izifo zingaka (mkhonyane kasisi weh sibali kahle sibali)

Weh mkhonyane ka dade wethu (mkhonyane kasisi weh sibali kahle sibali)
Aw zaqhuma madoda ku Phuzekhemisi madoda
Khona phansi le kwa Dumisa lang'buya khona eThekwini
Bhu!
Ngangilokhu ngibatshela kancane bethi bayoyibamba iMamba isemgodini
Ngithi musani kuydlokodla bafana izonlimaza
Awbheke awbheke
Mina ngeza ngizoshaya iyginci la angzelanga ukuzohlukumeza abanye abantu
Khuphuka laphoke gomozi lemfene madoda enkostineni
Bhu!
Khona phezulu eMasimini la ebuya khona lombhemi eMakhuzeni
Awbheke awbheke
Ah wesibali! Yini loyenzayo?
Njengoba izifo zingaka wesibali bo
Ah wesibali! Yini loyenzayo?
Njengoba izifo zingaka wesibali bo
Weh mkhonyane ka sisi
(Ungajola kanjani phambi kwamehl' ami? Kahle sibali)
(Ungajola kanjani phambi kwamehl' ami? Kahle sibali)
(Umkhonyane kasisi weh sibali kahle sibali)
(Umkhonyane kasisi weh sibali kahle sibali)
(Umkhonyane kasisi weh sibali kahle sibali)
Njengoba izifo zingaka (umkhonyane kasisi weh sibali kahle sibali)

Weh mkhonyane ka dade wethu (umkhonyane kasisi weh sibali kahle sibali)
Weh sibali ujola kanjani? (Ungajola kanjani phambi kwamehl' ami? Kahle sibali)

Writer(s): Paul Simon, Bekizizwe Joseph Shabalala

Phuzekhemisi - Amapasi
Album Amapasi
date of release
10-07-2011

Attention! Feel free to leave feedback.