Phuzekhemisi - Nagbalekel' Isikole Lyrics

Lyrics Nagbalekel' Isikole - Phuzekhemisi

Ngabalekel' iskolo ngajaha ukuyosebenza
Ngabalekel' iskolo ngajaha ukuyosebenza
Aw sengyaysola ma, aw khon' ukuysola ma
Aw sengyaysola ma, aw khon' ukuysola ma
Sengsebenza emapulazini aw ngisakga ingodo
Aw sengsebenza emapulazini aw ngisakga ingodo
Aw ngiphush' imoba ma, aw ngisakg' ingodo ngithwele kanzima
(Seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima)
Ngabalekel' iskolo ngajaha ukuyosebenza (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima)

Aw sengyaysola ma, (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) aw khon' ukuysola ma

Aw sengsebenza emapulazini aw ngisakga ingodo (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima)

Aw ngiphush' imoba ma, (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) aw ngiphush' imoba
Zasha phela Phuzekhemisi madoda
Wayhlaba ngempela umfoka Majazana
Khona phansi eMkhomazi engbuya khona
Umfula engiwphuzayo ngiphuza uMakhoya kade khona ka Dumisa
Bhu! Ngang' lokhe ngibatshela kancane bethi bayoybamb' iMamba isemgodini
Ngathi musani ukuydlokodla bafana ngob' izonlimaza
Khuphuka lapho-ke mfoka ngwazi emabhesini
Hop! Ithini inyoni emhlophe laph' enkostineni khona Thathtani eHighveld hop!
Ngiqhamuka kancane mina ngigudl' iLwandle lengphuma khona
Ngiphuma phansi kwa Dumisa
Hhola mpintshi!
Weh mfan' wami ubiza bani ngo mpintshi?
Yiyona into oyfund' eskoleni le?
Konje othisha benu abasanshayi nithi niya abuswa manshawa othisha nina bantwana
Hhop!
Ngabalekel' iskolo ngajaha ukuyosebenza
Ngabalekel' iskolo ngajaha ukuyosebenza
Sengyaysola ma, sengyaysola ma
Aw khon' ukuysola ma, sengyaysola ma
Sengsebenza emapulazini aw ngisakga ingodo
Sengsebenza emapulazini aw ngisakga ingodo
Aw ngithwal' amagodo ma (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima)
Ngabalekel' iskolo ngajaha ukuyosebenza (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima)
Ngabalekel' iskolo ngajaha ukuyosebenza (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima)
Aw sengyaysola ma, (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) aw khon' ukuysola ma
Sengyaysola ma, (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) aw khon' ukuysola ma
Aw khon' ukuysola ma (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima)
Sengsebenza emapulazini aw ngisakga ingodo (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima)
Sengsebenza emapulazini aw ngisakga ingodo (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima)
Aw ngithwal' amagodo ma (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima)
Aw ngithwal' amagodo ma (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima)
(Seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima)
Ngabalekel' iskolo ngajaha ukuyosebenza (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima)
Ngabalekel' iskolo ngajaha ukuyosebenza (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima)
Aw sengyaysola ma, (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima)

Sengisebenza emobeni (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima)
Aw ngisagka amagodo ma (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) ngithwal' ingodo
Aw ngisagka amagodo ma (seng'thwele kanzima ngisakg' ingodo seng'thwele kanzima) ngithwal' ingodo ma

Phuzekhemisi - Nginenkinga
Album Nginenkinga
date of release
15-06-2001

Attention! Feel free to leave feedback.