Blaq Diamond - Ngibonga Umama текст песни

Текст песни Ngibonga Umama - Blaq Diamond

Ngibong′ umama, ngempilo enginayo
Wangikhulisa uwedwa ngingenababa
Washabalala amaphupho akho, wazinikela kimi njengomntwana wakho
Ngibong' umama, ngempilo enginayo
Wangikhulisa uwedwa ngingenababa
Washabalala amaphupho akho, wazinikela kimi njengomntwana wakho
Wonk′ amasonto ubungithatha uthi
Asambe siye enkonzweni (siye enkonzweni)
Isikhalo sakho nanamhlanje sisahleli la engqondweni (la engqondweni)
Wath' umthandazo wenza ukuthi uSathane angasondeli
Ngilondoloze mama, ngilondoloze mama, ngilondoloze mama
Mangikhul' ubung′khanyisela ngekhandlel′ elimhlophe
Ubumxelel' ukubana uThixo ezintlungwini az′ angjonge
Impel' inkosi bekuningi okuthwel′ emahlombe
Ngilondoloze mama, ngilondoloze mama, ngilondoloze mama
Nami yithuba lam lezinto, yithuba lam lezinto, yithuba lam lezinto
Ngizokwenzela yonk' into
Nami yithuba lam lezinto, yithuba lam lezinto, yithuba lam lezinto
Ngibong′ umama, ngempilo enginayo
Wangikhulisa uwedwa ngingenababa
Washabalala amaphupho akho, wazinikela kimi njengomntwana wakho
Ngibong' umama, ngempilo enginayo
Wangikhulisa uwedwa ngingenababa
Washabalala amaphupho akho, wazinikela kimi njengomntwana wakho
Ukusebenza kanzima ngakufundiswa nguwe nje
Noma ngilele ngigula, wen' uzongi-nursa nje
Uyajabu′ umoya mangibona umoyizela nje
Unkulunkulu akugcine njalo, uzobona abazukulu bakho
Phela mina nawe ukhumbule siphum′ entluphekweni
Wangitshela into eyodwa ubohlala emthandazweni
Buka manje indodana yakho idumile emazweni
Ngizokulethela umolokazana ozovus' umuzi kababa
Shwele ndlovukazi ngithi shwele (shwele, shwele)
Uyibekile induku ebandla, ngikugqokis′ umqhele
Awu ngithi shwele ndlovukazi ngithi shwele (shwele, shwele)
Uyibekile induku ebandla, ngikugqokis' umqhele
Ngibong′ umama, ngempilo enginayo
Wangikhulisa uwedwa ngingenababa
Washabalala amaphupho akho, wazinikela kimi njengomntwana wakho
Ngibong' umama, ngempilo enginayo
Wangikhulisa uwedwa ngingenababa
Washabalala amaphupho akho, wazinikela kimi njengomntwana wakho
Ngiyabulela mama wami
Ngiyabulela mama wami
Akugcine usomandla
Ngiyabulela mama wami

Авторы: Ndumiso Siyabulela Mdletshe, Siphelele Mbongi Dunywa, Sakhile Manqele

Blaq Diamond - Umuthi
Альбом Umuthi
дата релиза
31-01-2020

Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.