Blaq Diamond feat. The Legacy - Sbhekane текст песни

Текст песни Sbhekane - Blaq Diamond , The Legacy



Ziqala amadoda, zindabezimnandi, hey
Kwaze kamnandi uba umZulu, ebumnandini
Kwaze kamnandi uba umXhosa, ebumnandini
Kwaze kamnandi uba umSotho, ebumnandini
Kwaze kamnandi uba umVenda, ngiyakutshela
Kwaze kamnandi uba umTswana, hey wena wey
Kwaze kamnandi uba umPedi, hey wena wey
Kwaze kamnandi uba umNdebele, ebumnandini
Kwaze kamnandi uba umTsonga, wena ngiyakutshela
Kwaze kamnandi uba umSwati, mama
Oh sishaya ugida sibhekane, hey
Oh sishaya ugida sibhekane, ooh
Oh sishaya ugida sibhekane, hayi
Oh sishaya ugida sibhekane, sibhekane
Oh sishaya ugida sibhekane, sibheke
Oh sishaya ugida sibhekane, hayi
Oh sishaya ugida sibhekane, hayi
Oh sishaya ugida sibhekane, nabo
Wamuhle, wamuhle mntakwethu
Ingathi umama Winnie ebusheni bakhe
Wamuhle, wamuhle mntakwethu
Ingathi umama Winnie ebusheni bakhe
Awu ngiyaziqenya ngentombi zakithi
Imbali zesizwe, ungahamba umhlaba wonke
Ngeke uzithole ezinjengezakithi
Ooh impiko zami, kukhala impiko zami
Ngiphekwey' intaba, zoKhahlamba kukhala iphimbo lami
Ooh impiko zami, kukhala impiko zami
Ngiphekwey' intaba, zoKhahlamba kukhala iphimbo lami
Abodali bayakhala mabelizwa
Libakhumbuza ekhaya, balilizele
Oh sishaya ugida sibhekane, hey
Oh sishaya ugida sibhekane, ooh
Oh sishaya ugida sibhekane, hayi
Oh sishaya ugida sibhekane, sibhekane
Oh sishaya ugida sibhekane, sibheke
Oh sishaya ugida sibhekane, hayi
Oh sishaya ugida sibhekane, hayi
Oh sishaya ugida sibhekane, nabo



Авторы: Ndumiso Siyabulela Mdletshe, Siphelele Mbongi Dunywa, Jabulani Mthembu


Blaq Diamond feat. The Legacy - Umuthi
Альбом Umuthi
дата релиза
31-01-2020



Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.