Blaq Diamond - Ung'Bulalelani текст песни

Текст песни Ung'Bulalelani - Blaq Diamond



Wemfwethu ungibulalelani?
Dadewethu ehh ungibulalelani?
Sihlobo sami ungibulalelani?
Ngithi ungibulalelani?
Awu ungibulalelani?
Ngithi ungibulalelani?
Awu ungibulalelani?
Sabandawonye, sabandawonye eh
Sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye
Sabandawonye, sabandawonye eh
Sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye aaah
Inzondo, imoya emibi ingigqiba ingifaka ekhoneni
Impumelelo yami eyenza nihlale emoneni
Ingane yabantu ayikwazi nanokuphas' eCollege
Inkinga inkinga bayicimel' iknowledge
Ngizama ukwakha nina nifika niyadiliza
Anazi ukunyuka kwami nani nizo benefita
Lengxabano yethu yazi iyangikhalisa
Kuthiw' abazukulu sebemphoxil' umagriza
Yazi ngeliny' ilanga nami ngiyafisa
Ukuthi sihlale sibambisane ukuze siwa achieva
Ngisho isizukulwane naso singasifundisa
Ukuthi masthandana isbongo singasiphakamisa
Sabandawonye, sabandawonye eh
Sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye
Inzondo iyon' imbangela eyachith' igazi
USiphiwe bewumjita ohlanganis' iplani
Bathi uzenza ngcono ngoba uthand' ispani
Laba banye into zabo ngathi azihlangani
Lashabalal' isosha kwakhal' abazali
Angiphath' iyingane ngazi zona zizodlani
Ngazi uthini unembeza ngaphakathi
Bathath' iqhawe ebelilisukumel' ikasi
Wo webafwethu, wo dadewethu
Wendl' emnyama nakhu sibulalana sodwa
Asibambaneni
Masithandaneni
Ubobekezela imin' iyeza nakuwe
Sabandawonye, sabandawonye eh
Sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye
Oh thina sabandawonye, sabandawonye ay
Woo ooh
Webafwethu ningibulalelani?
Ngoba ngithi ngizamela thina
Webafwethu ningibulalelani?
Woo ooh
Webafwethu ningibulalelani?
Ngoba ngithi ngizamela thina
Webafwethu ningibulalelani?



Авторы: Ndumiso Siyabulela Mdletshe, Siphelele Mbongi Dunywa, Sakhile Manqele, Sicelo Ngwenya


Blaq Diamond - Umuthi
Альбом Umuthi
дата релиза
31-01-2020



Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.