Duncan - Enzo текст песни

Текст песни Enzo - Duncan



Thula mntwana
Mus' ukukhala
Thando lwami, olwakho
Thula sana
Sho Skuva...
Baby Enzo,
Ubaba akafun' ukukshayel umthetho,
Kodwa njengo mzali, kmele ngiktshelile lento,
Ukuz' ukwazi ukwenzo kuhle namaphuth' uzowagwema,
Ngfun ufunde ukwenz izinto ngamandlakho not ukcela,
Ugad' abafana ngemali abazam' ukukuheha
Bafika begqok iskhumba semvu baby mabekshela,
Once waqala wamqoma maseqal' eseyakhetha
Mas' eqale eyakjikela
Akaze akuthande ubekuhalela... shit!!!,
Iskole sibalulekile ngcel usenz' ithemba
Ukuze ingqondo izovuleka, iksasa lakho ungazakhela... Please!!!,
Ungangphoxi uqhub' isisu usasemncane
Lokho kunga mdumaza uBaba
Maybe agcine akbek' isandla... eish!!!,
Enzokuhle kjabul' uBaba no Mama sisi...
Thula mntwana
Mus' ukukhala
Thando lwami, olwakho
Thula sana
Sho Skuva
Ungalimizwa ifashion, injabulo aytholwa k'phela eClubin,
And ugweme ama "free drinks"
Iwona angak'donsela obishini,
Ophuz' imali yakhe ufun uvuke naye eBedin,
Than ksasa eksen akugay iTwin akfak eTaxin,
Lalela uBaba maybe lamazwi kuwe ayi blessing,
Ngoba angfun ksasa udlal oSbusiso no blessing,
Abanathando bafuna lokhu okufihlil' ephentini,
And bayanyamalala mase bekmithisile,
Ilife imile oklandelayo isgel' ususishiyile,
Akukho okunye usuno mntwana kmel' alale adlile,
Awsena choice ugcin' uthol umsebenz' ongasile,
Baby Enzo, ngcel' uBaba umenz' ajabul' inhliziyo,
Sino Mama sok'khulisa ngendlela nange nhlonipho,
UBaba lo,
Ihope le ngoma kuwe baby ifikile,
Thula mntwana
Mus' ukukhala
Thando lwami, olwakho
Thula sana



Авторы: Thulasizwe Dlamini, Nkosingiphile Sikobi, Duncan Siphamandla Mbambo


Duncan - Balaclava
Альбом Balaclava
дата релиза
17-11-2016


Еще альбомы
Исполнитель Duncan, альбом Sengihleli
2016
все альбомы


Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.