Ntencane - Nhloboni Yothando текст песни

Текст песни Nhloboni Yothando - Ntencane

Kanti nhloboni yothando lena
Lena engapheli noma esengalile
Kanti nhloboni yothando lena
Lena engapheli noma esengalile
Kanti nhloboni yothando lena
Lena engapheli noma eseng'lahlile
Vele uxole nawe nhliziyo yami
Ngoba uyabona ukuthi akasangi thandi
Ngicela uxole nawe nhliziyo yami
Ngoba uyabona ukuthi akasangi thandi
Yekela uk'lokhu unghlupha ung'hlupha ungfuna yena
Uthi angimthathephi, umbonile ung'shiye phamb'kwakho bo
Yekela uk'lokhu unghlupha ung'hlupha ungfuna yena
Uthi angimthathephi, umbonile ung'shiye phamb'kwakho bo
Wehlule ngimncenga ngikhala izinyembezi
Wavele wahamba sengathi akakaze angithande
Wehlule ngimncenga ngiguqa ngama dolo phansi
Wavele wahamba sengathi akakaze angithande
Kanti nhloboni yothando lena
Lena engapheli noma esengalile
Kungcono uhlule ungathandi muntu,
Kunoba uthand'umuntu ongasenathando lwakho

Авторы: Senzo Ntencane Zondi

Ntencane - Uboya Enkomeni
Альбом Uboya Enkomeni
дата релиза
04-10-2019

Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.