Текст песни Ulahlekile - Rebecca Malope
Mntanami
ngibhala
lencwadi
Ngenhliziyo
ebuhlungu
Mhlawumbe
uzothi
umuyithola
Ngizobe
ngingasekho
Laph′emlabeni
Isiphelile
iminyaka
elishumi
Wena
uhambile
Wang'shiya
nalengane
zakho
ezithathu
Wawucabangeni
welahlekile?
Wawucabangeni?
(Olusizi,
olungaka)
Mina
angeke
ngiyimele
Angeke
Amandla
asephelile
Wemtanami
(Olusizi,
olungaka)
Wawucabangeni
na?
Welahlekile!!!
Ohh
mntanami
Nazi
lezingane
ngihlezi
nazo
Ngihlezi
nazo
kulomkhukhu
owasishiya
kuwo
Wona
lona
onethayo
uma
imvula
ina!
Zithamba
kunye
nami
mntanami
Zikhala
kunye
nami
Zihlupheka
kunye
nami
Omakhelwane
bangihleka
kunye
nazo
Ngisho
lezingane
zakho
owangishiya
nazo
iminyaka
elishumi
eyadlula
Lezizingane
eziphuma
okhalweni
lwakho
Izingane
lezi
eziphuma
emathunjini
akho
Izingane
lezi
ezi
zelwe
nguwe
mntanami
Lezizingane
ezingabazi
obaba
bazo
kuze
kube
yinamhlanje
Yizona
eziyongivala
amehlo
Yizona
futhi
ezizobonisa
umfundisi
izambatho
zami
zasenkonzweni
Yizona
ezizobonisa
umfundisi
amathikithi
ami
okweshumi
Ohh
mntanami
okungizwisa
ubuhlungu
kakhulu
yilona
wentombazanyane
Ngoba
usekhulile
Futhi
usewabonile
namalanga
akhe
Akanawo
ngisho
amabhulukwana
angaphansi
Ugqoka
amabhulukwana
omfowabo
omncane
Akanalutho
Ohh
akanalutho
mntanami
Futhi
angangidalela
nengozi
Ohh
mntanami
buye′khaya
Buya
uzoqoqa
ihlazo
lwakho
Futhi
ubuwazi
ukuthi
mina
angiphilile
kahle
Nezinhlungu
zomzimba
zihlasele
ngamandla
Ohhho
nelanga
selingishonele
mntanami
Mhlawumbe
uzothi
muthola
lencwadi
mina
ng'zobe
sengigcwatshiwe
Uzoboniswa
yizona
lezingane
ithuna
lami
Ohh
mntanami
bengingafuni
ukukubhalela
incwadi
Bengifuna
ukuthi
sikhulume
umlomo
nomlomo
Ohh
ngizothi
mangiqeda
ukubhala
lencwadi
besengiphuza
Amaphilisi
ami
ezinhlungu
khona
ngizokwazi
ukuthola
ubuthongo
mntanami
Ohhh
mntanami
into
engiyithandazelayo
Ukuthi
uNkulunkulu
akubheke
lawukhona
Akuphephise
Angazi
noma
mntanami
unabanye
abantwana
na?
Kazi
la
ukhona
unezinye
izingane
na?
Oh
ungaphinde
ungilethele
iy'ngane
ezingenabo
obaba.
Engikuthandazelayo
nje
mntanami
Ukuthi
uNkulunkulu
akugcine
Akugcine
akuphephise
Ubuye
uzobona
iy′ngane
zakho.
Kazi
ngabe
mntanami
usazikhumbula
izimfundiso
zami
na?
Ngabe
usawakhumbula
amagama
ami
Ney′thembiso
owazenza
kimi
usazikhumbula
na?
1 Ukuzenza
2 Ngegazi Lemvana
3 Somlandela
4 Angingedwa
5 Uyingcwele
6 Iyahamba Lenqola
7 Umoya Wam
8 Ngibe Muhle Nami
9 Uthando Lwam
10 Ngiyekeleni
11 Nkarabe
12 Isikhalo
13 Ngizifihla Kuwe
14 Themba Lami
15 Isandla
16 Ngisebenzel'Izingane
17 Ulahlekile
18 Sicela Ukuthula - Live From South Africa/2007
Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.