8Vowelz - Asifani (feat. Naughty Kid) paroles de chanson

paroles de chanson Asifani (feat. Naughty Kid) - 8Vowelz



Mina ngilomuntu ofuna
Ukufeza wonke amaphupho
Wam ngokulandelana
Nawe hlala kweyakho indawo
Unkulunkulu uzosibona
Angazi nini kodwa uyeza
Nawe uyaz umfundisi ulindwa ngani
Unkulunkulu usiza ozisizayo
Nam ngxyazisiza kweyam indawo
Wena wenzani lapho ukhona?
Mina ngiphushana nalempilo
Mina ngicabangana nemali
Mina ngizama ukubhala ingoma
Mina ngyasizonda isikole
Kodwa ngizosiqeda ngoba
Ngifuna unyanam asiqede
Angifuni mina ukufa
Nginganazo izinto okwezami
Yabona mina nawe asifani
Lapho ukhona uphuza utshwalwa
Mina ngiwasha imoto la
Ngiyasebenza uhleli lapho
Angi-complain ngiyindoda
Kuphoqelekile ngisebenze
Yabona mina nawe asifani
Mina ngyavuka ngizenzele
Wena ugada umzali arhole
Awuvuki ngani uyosebenza?
Ukhulumela i-remote ye-TV
Ukhulumela ukudla efridgin
Mfana khula marn ngengqondo
Uyeke ukuhlala esitolo
Uthukana neentombi ezingakufuni
Ubamba osisi bethu inkunzi
Ucelana noo-2 rand wena
Uthi thina imali siyithathaphi
Umisene nomzali kakubi
Ufunana namagama adurayo
Ujikana nelanga uyakhalaza
Ngempela mina nawe asifani
Kwedini uyandicaphukisa
Ndithi kwedini ndingumXhosa
Kwedini ngoku ndiyindoda
Kwedini kufuneka ube yindoda
Yaaa, ay, singamaphanta manje
Syazendzela sikhathele
Uk'cela, no, ay asikho lesoskhathi manje dawg
Sho case, oh, lalela
Yaz Impilo ayikaze yabalula
Ngyakhumbula izinsuku esezadlula
Kwakungekho lula
Ngiswela ngisho uzukwa
Ngaynika ithemba
Lokuthi ngizowa ngivuka
Manje buka
I-skill syakhuphuka
Angilutho abanye mabengibuka
Ngashiya ishaya mina ngamuka
Mam' ungasabi ekhaya ng'sazobuya
Wena nje qina idolo ntombi endala
Uhlal' ethembeni ungibeke nasemuthandazweni
Ukuthi izindlela zami zingapheleli emoyeni
Okwamanje kumele ngshone lena eyntabeni
Ngiyophanta ngihlanganise imali
Ohh mali (mali, mali, mali)
Ohh mali (mali, mali, mali)
Ohh mali (mali, mali, mali)
Ohh mali (mali, mali, mali)
Mina manje sengiyindoda
Ngyayisebenzela, ngyayiphantela, konke ngiyazenzela



Writer(s): Syabonga Cele


8Vowelz - Last One
Album Last One
date de sortie
30-01-2023




Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.