8Vowelz - Mzali Wam (feat. Naughty Kid) paroles de chanson

paroles de chanson Mzali Wam (feat. Naughty Kid) - 8Vowelz



Asikho isdingo sokukhala, ngizophumelela
Ngizophuma emjondolo, uthando lolu
Inzima lento, ngifun' i-deal, ngifun u-producer
Ngizoba u-producer, ngiyanithanda, ngiyanicela
Hlalani ethembeni, ngizoba nemali
Angifun ukuba rich, ngifun ukuzi afforda
Ngihambe ngeFord, mustang leyo
Hlalani ethembeni, uthixo unami
Bafun' i-punchlines, bafun ama bars
Balalela umbhedo, ngeke uwufice kweyam ifoni
Ngisanombuzo, labantu abaculela, amapiano
Badakwa yini? udoti wodwa, lona bawushoyo
Ama-2000, ayaphela, aqedwa ipiano
Kudakwa abantwana, abagqoki abantwana
Bajarha izinto, baphuza i-belgravia
Baphuza i-smirnoff, sishisa isfuba
Bazolimala, kabuhlungu
Mzali wam, mzali wam
(Ungakhali) ungakhali (Ungakhali)
Mzali wam ungakhali mzali wam
(Ungakhali) ungakhali (Ungakhali)
Mzali wam
Ngizithembile, ngizokwazi
Ukudlala i-keyboard
Ngizokwazi, ukwenza le beat
Ngizokwaz, ukuthenga isinkwa
Ngizokwazi ukukhipha umndeni wami
Ngizokwazi ukwenza umuzi wami
Ngizokwazi ukujabulisa abazali
Kunalobaba, kumele ngimbonge
And ngizombonga, kumnyama kubomvu
Ngizokwazi itayma lami ngiyaligcwala
Ukhokhokazi ngiyamugcwala
Iminyaka ihambile
Uzothi 89 years kulonyaka ka 2022
Mzali wam, mzali wam
(Ungakhali) ungakhali (Ungakhali)
Mzali wam ungakhali mzali wam
(Ungakhali) ungakhali (Ungakhali)
Mzali wam
Ngikhule ngiwuthanda, umculo
Kodwa ng'yayizonda imizwilili
Ngokunjalo ne-gospel music
Ngangakwazi, ukumela ukubona
ULundi ekhala njalo kwi-music video yakhe ke
Kodwa zikhona ezimnandi ingoma ze-gospel
Asikhuphuke njengabaculi bamaskandi, sizibale
Sfiso Ncwane kulungile baba
Rebecca Malope ngisebenzel izingane
And Deborah ngeke ngiyeke ukuthandaza
Mzali wam, mzali wam
(Ungakhali) ungakhali (Ungakhali)
Mzali wam ungakhali mzali wam
(Ungakhali) ungakhali (Ungakhali)
Mzali wam



Writer(s): Syabonga Cele


8Vowelz - Last One
Album Last One
date de sortie
30-01-2023




Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.