8Vowelz - Uthando Lwakho (feat. Naughty Kid) paroles de chanson

paroles de chanson Uthando Lwakho (feat. Naughty Kid) - 8Vowelz



Yeah, uthando lwakho
Uthando lwakho, uthando uthando lwakho
Yeah, yeah
Uthando lwakho, asoze lwaphela kimi
Ngohlala ngowakho, noma ngabe inini
Uthando lwakho, asoze lwaphela kimi
Ngohlala ngowakho, noma ngabe inini
Uthando lwakho, asoze lwaphela kimi
Ngohlala ngowakho, noma ngabe inini
Ngifuna wena, wena kuphela
Ngifuna wena, wena kuphela
Nazoke kasi one time uphila one time
Big up Big Zulu uZulu isbongo sam
KZN ilana engikhona
Mamncane pheka amahewu siphuze
Four years ngingayi elwandle
Ngyachoma ngempilo yam
Ufuna maphi ama bars?
Asejele phambi kwakho
Noma awam endleben zakho
Angikaze ngidlel' icherry umuthi
Ngyakuthanda baby
Ngikuthanda okwangempela
Uthando lwam luvutha amalangabi
Nginike i-mic ngikhombe e-studio ngikwenzele imilingo
Ng'yoculela u baby ngimtshele indlela engimthanda ngayo
Mina ngithembekile ngifuna ukuthokozisa inhliziyo yakho
Vele uyishade inhliziyo yam ngezenzo zakho
Ngan'yakwethu ngyazicelela iskhathi nothando lwakho
Luhambe nenhlonipho ne-support
Ngyakuthembisa ngeke uzisole
Uthando lwakho, asoze lwaphela kimi
Ngohlala ngowakho, noma ngabe inini
Uthando lwakho, asoze lwaphela kimi
Ngohlala ngowakho, noma ngabe inini
Uthando lwakho, asoze lwaphela kimi
Ngohlala ngowakho, noma ngabe inini
Ngifuna wena, wena kuphela
Ngifuna wena, wena kuphela
Wena mtanomuntu uwena olala kulesfuba
Ngyathokoza mangivuka ek'seni uwen into yokuqala engiyibonayo
Smile sakho esingikhumbuza ukuthi konke kuhamba kahle
Sibonga wena ama-salt levels ehlile mtanomuntu
Ngyacabanga iskhathi sokukhuluma nomalume bezoya kini sizofika
Bafike bacele ishlobo esihle, kuhambe kahle konke, ngosuku olukhulu
Ngikufake ijalmani, ngikwenze umzali, uzoguqela umkhulu
Asithandaze sithole amawele nawe mawuwa uwele ezandleni zami
Yabona mina ngifuna ukuba superman wakho
Nge-weekend ngikukhiphe sthandwa nawe ufane nabanye abantwana
Uyochitha iskhathi e-five star hotel
Ngyak'thanda mtanomuntu
Ngyakuthanda mamazi lami
Uthando lwakho, asoze lwaphela kimi
Ngohlala ngowakho, noma ngabe inini
Uthando lwakho, asoze lwaphela kimi
Ngohlala ngowakho, noma ngabe inini
Uthando lwakho, asoze lwaphela kimi
Ngohlala ngowakho, noma ngabe inini
Ngifuna wena, wena kuphela
Ngifuna wena, wena kuphela



Writer(s): Thabo Zulu


8Vowelz - Last One
Album Last One
date de sortie
30-01-2023




Attention! N'hésitez pas à laisser des commentaires.