Black Coffee feat. Mbuso Khoza - UThando текст песни

Текст песни UThando - Black Coffee feat. Mbuso Khoza



Thando uyadida, ngokuhlala enhliziyweni
Nhliziyo lawe uyaxhaka, nhokuhla emfihlakalweni
Awuko nowodwa umthambo okhombisa lapho okuhlala khona uthando
Engabe besabekhona na, abathanda ngakho konke abalakho
Abathanda ngomphefumulo wonke,
Abathanda ngenhliziyo,
Ngob' uthando silufuna endaweni ezahlukileyo
Abanye balufuna emalini uthando
Abanye balufuna ezimotweni, uthando
Awwwwu 'thando waze lwabadida
Kukho nkonke esikufunayo emhlabeni lesingakwenza,
Uthando luhlalaendaweni yalo,
Sizwa ngomusa lomgqhumu enhliziyweni
Ungasebenzangokuzikhandla, uzuze konke okufunayo
Kodwa uthando luyahlala emfihlakalweni iiiii
Kodwa uthando ligidiza lapho okungaboni muntu khona
Okwalwumhlaba kukandla inhliziyo, okwalelilizwe kuyawu kandl' umoya
Hlal' unjalo ufuna uthando laph' ongakhona
Hlal' unjalo uhlezi ndawonye lo thando
Hlal' unjalo ujaqa uqazindlelaaaaa
Ehhhee futhi thandooo




Black Coffee feat. Mbuso Khoza - Music Is King
Альбом Music Is King
дата релиза
23-11-2018



Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.