Sjava - Valelise текст песни

Текст песни Valelise - Sjava



Akulula ukuthi ngivalelise,
ngivalelise mangikhuluma nawe sthandwa sami ocingweni
Ubuthongo abufiki mangikhuluma nawe,
ngabe kusa nini ngibonane nawe
ng'kwenze zonke lezinto esikhuluma ngazo.
Wooh!
Mayilele mangviphimbo lakho bomayo,
lenza kuvuke nezinto ey'lele kanti wenza ngani?
Angikaze ngithande umuntu kanje makuphel'hour singakhulumanga
ngivele ngizwe ngathi ngzosangana kant'uthando olunjani lolu?
What kind of love is this?
Ubuthongo abufiki mangikhuluma nawe,
ngabe kusa nini ngbonane nawe,
ngkwenze zonke lezinto esikhuluma ngazo.
Wooh!
Ngthakulul'ukuthi ngivalelise,
ngivalelise mangikhuluma nawe sthandwa sami ocingweni.
Ubuhle bakho abufaniswe nalutho,
kubical'ukuba muhle ngabe sowufile yinhlawulo
ngab'awukho, ngabe kuphelile ngawe ngab'ugcwel'emajele.
Muhl'ehleka, muhl'ekhala, muhl'ehleli,
muhl'ehamba, muhl'eyithulele angashongo lutho.
Mawumamatheka yilapho engibona khona ukuthi idlozi lingigidele mama!



Авторы: mfanafuthi ruff nkosi, sjava


Sjava - Isina Muva
Альбом Isina Muva
дата релиза
22-07-2016




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.