Sjava - Dali текст песни

Текст песни Dali - Sjava



mina ungethul'umthwalo
mina ungethul'umthwalo
uthando lwami bengikunika lona
bekungelakho wedwa emhlabeni sthandwa sami bekungekho omunye
bengith'uyithemba lami ngoba k'sasa lami bengilibona kuwe.
bengithi sohlukaniswa ukufa nawe kanti lutho
bengithi uzongivikel'etheni zami kanti ngobulawa nguwe
sekusobala kuthi konke wakusho ngami okuhle you never meant it
ngiyisilima yaz ngoba every time you
told me that you loved me I believed it
kodwa inhliziyo yami iyafun'ukukxolela inqondo angeke ivume
ngibuz'ukuthi
kanti yini lengaga
yini lengaga
akunika yona, ungayitholi kimi
ngabe yini lengaga, yini lengaga akunika yona nginganayo mina
awu... Dali
Dali sthandwa sami
awu . dali dali sthandwa sami
kanti yini ungenza nje kanje kanjena
kanti yini ungenza nje kanje kanjena
kuningi engikufuna kuwe
bengikufuna kuwe mina into elula engekho ingkinga Dali Kunye
ukuthi uthando lwethu lube injabulo inyembezi ngabi into eseduze
bengikuthemba ngempilo yami
manje ngikhala kuze kuse
akekho ozongiduduza ngathi ngavele ngiduke
kodwa inhliziyo yami iyafuna ukukuxolela ingqondo angeke ivume...
kanti yini lengaga
yini lengaga
akunika yona, ungayitholi kimi
ngabe yini lengaga, yini lengaga akunika yona nginganayo mina
awu... Dali
Dali sthandwa sami
awu . dali dali sthandwa sami
kanti yini ungenza nje kanje kanjena
kanti yini ungenza nje kanje kanjena
mina ngakuthanda bethi ngisuke kuwe
ngakuthanda bethi ngibonani kuwe
ngakuthanda bethi soke'sbone
ngakuthanda baby
mina ngakuthanda bethi ngisuke kuwe
ngakuthanda bethi ngibonani kuwe
ngakuthanda bethi soke'sbone
ngakuthanda baby



Авторы: mfanafuthi ruff nkosi, mthembeni ndevu, p-jay, sjava


Sjava - Isina Muva
Альбом Isina Muva
дата релиза
22-07-2016




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.