Sjava - Ugogo текст песни

Текст песни Ugogo - Sjava



dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo
mhlampe'mhlabeni ngabe angsekho
kubak'yona imthandazo yakho
njengoba ngphumelela izibusiso zakho
dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo
mhlampe'mhlabeni ngabe angsekho
kubak'yona imthandazo yakho
njengoba ngphumelela izibusiso zakho
vel'ugogo wath'idlozi selivumile'msamu
nami sesfikil'iskhathi sami
bewuthi ngizohlupheka ngize ngife
bewuthi ngizohlupheka ngize ngife
ugogo wangtshel'ukuth ngibofund'ukbekezela
yikho ngila manje ingenxa'yokbekezela
wath akyona indlel'oqala ngayo
kodwa indlel'oqeda ngayo
kdala ngilokhu ngzama ngiwa ngiwa ngivuka
kokoko bengafun ukvula
iyntanga zami ziphumelela left and right
khalis'okwengane kanti kwala kuphi ngami weeh
Ngiyawakhumbula amagama kagogo
wathi izinyembezi zakho ziyosulwa ugogo
ngiyabona wayeqinisile ugogo
Isina muva liyabukwe
dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo
mhlampe'mhlabeni ngabe angsekho
kubak'yona imthandazo yakho
njengoba ngphumelela izibusiso zakho
dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo
mhlampe'mhlabeni ngabe angsekho ma
kubak'yona imthandazo yakho
njengoba ngphumelela izibusiso zakho
Gogo lang'khona kugcwele amadimoni
kugcwele izilingo
ngithandazise ngingabi umoni
ngingalingeki
ngingadideki
makufika izivunguvungu gogo ngingaShake
ngingasanganiswa imali neFame
ngidl'imali iphelele emoyen'
Gogo ngicelele amandl'eNkosini
ngibe isibonelo esihl'emphakathin
funuk'shintsha izimpilo zabantu ngomculo wam
ngibuyise ithemba kwabalilahlile ngomculo wam
Gogo ngiyabonga ngemyalo yakho
buka manje usey'Nkosi umzukulu wakho
Ngiyawakhumbula amagama kagogo
wathi izinyembezi zakho ziyosulwa ugogo
ngiyabona wayeqinisile ugogo
Isina muva liyabukwe?
dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo
mhlampe'mhlabeni ngabe angsekho
kubak'yona imthandazo yakho
njengoba ngphumelela izibusiso zakho
dankie dankie Mdali for ukungigcinela ugogo
mhlampe'mhlabeni ngabe angsekho mama
kubak'yona imthandazo yakho
njengoba ngphumelela izibusiso zakho



Авторы: mfanafuthi ruff nkosi, sjava


Sjava - Isina Muva
Альбом Isina Muva
дата релиза
22-07-2016




Внимание! Не стесняйтесь оставлять отзывы.